Skip to content
Fri, May 8, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

Sishonile isiboshwa ebesivimbezele amaphoyisa esitokisini eNtuzuma
Izwi98 News

Sishonile isiboshwa ebesivimbezele amaphoyisa esitokisini eNtuzuma

Fikile NdabaMarch 16, 2026March 16, 2026

Amaphoyisa asesiteshini samaphoyisa saseNtuzuma adubule abulala umsolwa kulandela ukuzama ukudubula iphoyisa esitokisini namuhla ekuseni. Kubikwa ukuthi amaphoyisa amabili abebopha umsolwa…

Bazobhekana namacala angu-47 abayamaniswa nenkohlakalo yomshuwalense ka-R10 million
Izwi98 News

Bazobhekana namacala angu-47 abayamaniswa nenkohlakalo yomshuwalense ka-R10 million

Fikile NdabaMarch 11, 2026March 11, 2026

Bavelile eNkantolo yeMantshi yasePolokwane abantu abayisithupha ababoshwe mayelana nokukhwabanisa ngomshuwalense ka-R10 million eLimpopo namuhla. Abasolwa, ababoshwe ngoLwesibili ngesikhathi sokusebenza ngokubambisana…

SADTU: Isabelomali saseKZN kumele silungise ukushoda kwezikole
Izwi98 News

SADTU: Isabelomali saseKZN kumele silungise ukushoda kwezikole

Fikile NdabaMarch 11, 2026March 11, 2026

Inyunyana yothisha KwaZulu-Natal icele ukuthi isabelomali sika-R71 billion esabelwe uMnyango wezeMfundo waseKZN sisetshenziswe ngobuhlakani. Inyunyana yothisha iSouth African Democratic Teachers…

Indodana kaMugabe ilaxaze isicelo sebheyili
Izwi98 News

Indodana kaMugabe ilaxaze isicelo sebheyili

Fikile NdabaMarch 11, 2026March 11, 2026

Indodana kaMengameli waseZimbabwe ongasekho emhlabeni uRobert Mugabe, uBellarmine Chatunga Mugabe, kanye nalowo asolwa naye, uTobias Mugabe Matonhodze, baye balaxaze isicelo…

UNgqongqoshe uButhelezi udlulisa amazwi enduduzo ngokudlula kweNkosi Phathisizwe Luthuli
Izwi98 News

UNgqongqoshe uButhelezi udlulisa amazwi enduduzo ngokudlula kweNkosi Phathisizwe Luthuli

Fikile NdabaMarch 10, 2026March 10, 2026

UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta), uMfundisi Thulasizwe Buthelezi, uphawula ngokudabuka ngokudlula emhlabeni kweNkosi uPhathisizwe Luthuli weMini Traditional Authority ngaphansi…

I-KZN isigome izinkomo ezingu-54,000 njengoba kuliwa nesifo samatele
Izwi98 News

I-KZN isigome izinkomo ezingu-54,000 njengoba kuliwa nesifo samatele

Fikile NdabaMarch 10, 2026March 10, 2026

I-KwaZulu-Natal iqala umkhankaso omkhulu ohlose izinkomo ezingu-2.5 million ukunqanda ukuqubuka kwesifo sonyawo nomlomo. Iziphathimandla zithi izinkomo ezingaphezu kwezingu-54,000 esezigonyiwe kuze…

Lihoxisiwe icala ebelibhekene noDr Khehlelezi
Izwi98 News

Lihoxisiwe icala ebelibhekene noDr Khehlelezi

Fikile NdabaMarch 10, 2026March 10, 2026

Lihoxisiwe icala lokushayela ngesivinini esiphezulu ebelibhekene noDr Khehlelezi oyinyanga aphinde abengumthandazi. UKhlehlezi waboshwa ngomhglaka-2 March 2026 kodwa wabaleka ngesikhathi amaphoyisa…

I-Sadtu igxeka owezemfundo eKZN ngokuhoxisa imvume yokuthatha umhlalaphansi
Izwi98 News

I-Sadtu igxeka owezemfundo eKZN ngokuhoxisa imvume yokuthatha umhlalaphansi

Fikile NdabaMarch 10, 2026March 10, 2026

I-South African Democratic Teachers’ Union (Sadtu) igxeke uMnyango wezeMfundo waKwaZulu-Natal ngokuhoxisa imvume yawo yangaphambilini yesiphakamiso sikahulumeni somhlalaphansi ngaphambi kwesikhathi. Umnyango…

Bayavela enkantolo ababoshwe eNtuzuma
Izwi98 News

Bayavela enkantolo ababoshwe eNtuzuma

Fikile NdabaMarch 10, 2026March 10, 2026

Kuboshwe ababsolwa ababili oneminyaka engu-21 ubudala noneminyaka engu-23 ubudala elokishini laseNtuzuma ngokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni  kanye nempahla okusolwa ukuthi yebiwe.…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.