
Iqembu eligijjma kwiligi yaseGermany eyaziwa ngokuthi Germany Bundesliga iRB Leipzig izobhekana neMamelodi Sundowns eLucas Moripe Stadium namhlanje ngo-8 ebusuku.
OLUNYE UDABA:OweSundowns uthi umdlalo wanamuhla ubukeka kuzoba wonzima
Leliqembu eliqede kunombolo 3 kwiGerman Bundesliga kulesizini izodlala umdlalo wobungani namasandawana angompetha beCaf Champions league kanti baphinde baqeda kunombolo 2 kwiligi ye Betway Premiership kulesizini.
