Intsha ithi ikhathele ukuthenjiswa ngemisebenzi engekho

Intsha yase-Indian Centre emijondolo yase-Potchefstroom ithi uSuku Lwentsha alusho lutho kuyo.

Umphakathi ubhikishe ngaphambi kokuvakasha kweSekela likaMengameli uMnuz Paul Mashatile kule ndawo.

OLUNYE UDABA: UPaul Mashatile ukhuthaze intsha ukuba iqale amabhizinisi

UMashatile uthi uhulumeni ukhathazeke kakhulu ngesibalo sentsha engasebenzi, imfundo noma ukuqeqeshwa.

Intsha yaku lo mphakathi ithi imisebenzi ayitholakali futhi isilahlekelwe yithemba lokuthola imisebenzi.

eNCA

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-Twitter)