
iAIDS global Alliance ithi ilwa ngazozonke izindlela ukuthi kushaye unyaka ka2030 bengasekho abantwana abatheleleka ngenxa yaleligciwane.
Inhlangano eqhuba umkhankaso wokugwema ukutheleleka kwabantwana ngegciwane leAIDS global Alliance ithi ilwa ngazozonke izindlela ukuthi okungenani kushaye unyaka ka2030 bengasekho abantwana abatheleleka ngenxa yaleligciwane.
Okhulumela lenhlangano uNontando Mkhencele uthi njengamanje bangu 4500 ngesonto abantu abasha abatheleleka ngaleligciwane.Kanti ke isifundazwe sakwaNatal singezinye sezifundazwe ezihamba phambili ngabantu abathelelekayo ikakhulukazi izingane zaseMakhaya Kanye nalezi ezizalwa nayo.
UMkhencele uthi basebenzi Sana nezinhleka ezithintekayo ukuqhuba umkhankaso we95 95 95 wokuthi u95% wabantu bazazi kuthi u95% walabo asebezazi bathathe Imshanguzo bese u95% ugcina ufika ezingeni lokuthi bengasakwazi ukulisa leligciwane okwaziwa ngeU=U(undectable and Untrasmitable)

**mitolyn official**
Mitolyn is a carefully developed, plant-based formula created to help support metabolic efficiency and encourage healthy, lasting weight management.