[LIVE] 🔴 Ikomishana kaMadlanga – Usuku Lokuqala
Namuhla kuqale ukusebenza iKhomishini kaMadlanga. Le khomishini ibhekene nokuhlola amaqiniso, ukufaka ubufakazi kanye nokuletha izimpendulo emphakathini. Izethameli zikhuthazwa ukuthi zilandele…
Izwa Umehluko
Namuhla kuqale ukusebenza iKhomishini kaMadlanga. Le khomishini ibhekene nokuhlola amaqiniso, ukufaka ubufakazi kanye nokuletha izimpendulo emphakathini. Izethameli zikhuthazwa ukuthi zilandele…
ISantaco KwaZulu-Natal ithembisa ukubeka phambili ukuphepha kwezokuthutha abafundi. Lokhu kulandela izigameko zakamuva zezingozi esifundazweni. Kushone abafundi abane ngesikhathi itekisi liphonseka…
IKhomishana kaMadlanga kulindeleke ukuba ivikele labo abazokwethula ubufakazi mayelana nenkohlakalo ngaphakathi kohlelo kwezobulungiswa. Amalungu abomthetho kanye nabanye abashaya ikhwelo bayakhuthazwa…
Kulindeleke ukuthi kukhishwe isinqumo sebheyili sikasomabhizinisi uVusimuzi “Cat” Matlala eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra. UMatlala usolwa ngokwakha itulo lokubulala owayeyintombi yakhe ngonyaka…
Kulindeleke ukuba isikhulu samaphoyisa KwaZulu-Natal, uNhlanhla Mkhwanazi, sicacise kabanzi ngezinsolo zokubola kohlelo lwezobulungiswa njengoba kuqala iKhomishana kaMadlanga ePitoli. UMengameli uCyril…
Amehlo azobe ethe njo kwiKhomishana kaMadlanga uma sekuqala ukulalelwa izethulo ngoLwesithathu. Umhlaziyi wezomthetho uSunil Singh uthi ukhomishana wamaphoyisa eKZN uNhlanhla…
I-ANC ithi ilindele ukuthi amalungu aphezulu eqembu ukuba asebenzisane ngokugcwele neKhomishana kaMadlanga uma ebizwa. Ikhomishana, ephenya ngezinsolo zenkohlakalo ngaphakathi ohlelweni…
Abomthetho bathi uthisha wesikole eKZN abamphenyayo utholwe nemoto yokwebiwa, nenye “esihlinziwe”. Amaphoyisa ophiko loKlebe babophe lo thisha ngaphandle kwesikole esisendaweni…
Sikhale ngokungaganwa kwezinsizwa iSilo uMisuzulu kaZwelithini ngesikhathi sivala uMkhosi woMhlanga namhlanje ngeSonto – sathi izintombi zigugela emakhaya zingaganile ngenxa yokuthi…