Usashaqekile umndeni oshonelwe yizelamani eMzinto
Owesifazane waseMzinto uthi umndeni wakhe usashaqekile ngemuva kokubulawa kodadewabo ababili UNandipha noNangamso Lifana badutshulwa babulawa emzini wakubo oselokishini laseLindelani. Indoda…
Izwa Umehluko
Owesifazane waseMzinto uthi umndeni wakhe usashaqekile ngemuva kokubulawa kodadewabo ababili UNandipha noNangamso Lifana badutshulwa babulawa emzini wakubo oselokishini laseLindelani. Indoda…
UNqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana, uVelenkosini Hlabisa, usememezele imali engaphezu kuka-R1.4 billion yokusiza ezinhlekeleleni ezifundazweni ezikhahlanyezwe yizikhukhula. Uthi lesi sabelo sihlanganisa omasipala…
Kushone umuntu engozini ebandakanya iloli emgwaqeni u-R102 eSipingo, eningizimu yeTheku. Kubikwa ukuthi kunezinye izimoto ezimbili ezibandakanyeke kule ngozi. Owosizo lokuqala…
Amaphoyisa aseLimpopo ayalelwe ukuba aqoqe izinsizakusebenza ukuze alandele futhi abophe uthisha oneminyaka engu-58 ubudala osolwa ngokudlwengula intombazane eneminyaka engu-13 ubudala…
Amaphoyisa athungatha izigebengu ebezihlomile ezibambe inkunzi isitolo esisenxanxthela yezitolo, iBridge City, eKwaMashu enyakatho yeTheku . Kudutshulwe kwalimala ikhasimende ngesikhathi sesigameko…
UNgqongqoshe wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal, uSiboniso Duma, umemezele ukuthi sebeyitholile indawo yokwakha izindlu zokuhlala imindeni engu-1 069 eyasuswa ngenxa yezikhukhula esifundazweni.…
Pretoria – Sekuqubule umsindo ukudlwengulwa kukaCwecwe oneminyaka eyisikhombisa okusolakala ukuthi wadlwengulwa engaphakathi emagcekeni esikole iBergview College eMatatiele e-Eastern Cape. Le…
UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uThami Ntuli, kulindeleke ukuthi avakashele umndeni wezilamani ezimbili okusolwa ukuthi zidlule emhlabeni ngenxa yodlame lobulili, iGender Based Violence…
Abakwa-South African Weather Service sebekhiphe isexwayiso sika-Level 2 ezindaweni eziningi KwaZulu-Natal ngeSonto. Izangoma zezulu zithi kulindeleke ukuba izulu lidume ngamandla…