Bagwetshwe kanzima ababulala umuntu eMlazi
INkantolo eNkulu eThekwini igwebe uSiyabonga Ngubane udilikajele noSithembiso Khomo iminyaka engu-20 ngokubulala uSmanga Vusimuzi Khumalo ngoMarch 2025 eMlazi, esigcemeni sakwa-Q.…
Izwa Umehluko
INkantolo eNkulu eThekwini igwebe uSiyabonga Ngubane udilikajele noSithembiso Khomo iminyaka engu-20 ngokubulala uSmanga Vusimuzi Khumalo ngoMarch 2025 eMlazi, esigcemeni sakwa-Q.…
IMeya yeTheku uKhansela Cyril Xaba useqinisekise umphakathi othintekile ngokuvalwa kwesikhashana kwendawo yokulothisa iMobeni Heights ukuthi uMasipala uyaluphuthumisa uhlelo lokubuyisela lesi…
INkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ebigobe amadlangala ePort Shepstone, igwebe uRogers Perumah, 57, odilikajele ababili ngecala lokudlwengula nokubulala intombazane eneminyaka engu-9 ubudala…
Usihlalo wePremier Soccer league (PSL) u-Irvin Khoza, uthi ufisa isebenze maduzane iVAR kwiligi yakuleli njengoba seziningi izikhalazo ezikhona ngonompempe bakuleli…
UNgqongqoshe Wezempilo uDkt Aaron Motsoaledi useqinisekise abantu baseNingizimu Afrika ukuthi okwamanje asikho isizathu sokukhathazeka kulandela ukwanda kwe-COVID-19 eNdiya. UMotsoaledi ubekhuluma…
Owesifazane onqobe umjaho iComrades Marathon ebisuka eMgungundlovu yaze yayosongwa eThekwini ngeSonto lwangomhlaka-8 June ugoduke netshe lemali. UGerda Steyn kuvele ukuthi…
Amathimba abhekelele izinhlekelele aziqaphe ngeso lokhozi izehlakalo ezihlobene nesimo sezulu, njengoba isimo esishubile silokhu siqhubekile nokuhlasela ezweni lonke. Iqhwa seluvele…
UMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal uthi usigxeka kakhulu isigameko sodlame esibandakanya abafundi bamabanga aphezulu eNewlands East. I-video ephazamisayo ezungeza ezinkundleni zokuxhumana ikhombisa…
Isikhulu esiphezulu eqenjini leCape Town City, uJohn Comitis, uthi uzimisele kakhulu ukuthi iqembu lakhe lisinde ezembeni njengoba osukwini lwakusasa kuqala…