[LIVE] 🔴 Ikomishana kaMadlanga – Usuku Lokuqala
Namuhla kuqale ukusebenza iKhomishini kaMadlanga. Le khomishini ibhekene nokuhlola amaqiniso, ukufaka ubufakazi kanye nokuletha izimpendulo emphakathini. Izethameli zikhuthazwa ukuthi zilandele…
Izwa Umehluko
Namuhla kuqale ukusebenza iKhomishini kaMadlanga. Le khomishini ibhekene nokuhlola amaqiniso, ukufaka ubufakazi kanye nokuletha izimpendulo emphakathini. Izethameli zikhuthazwa ukuthi zilandele…
Inhlangano iSikhulise Nursery and after Care ibinombhikisho wezingane enkabeni yedolobha eCity Hall namuhla ziyodlulisa izikhalo zazo ehhovisi leMeya yethu uKhansela…
NgoMgqibelo odlule kube usuku olukhethekile kakhulu ku-Izwi Lomzansi 98.0FM njengoba sihlangane eDurban Station enkonzweni yokubusisa nokunikela ikhaya lethu elisha kuNkulunkulu.…
19 August 2025 Lungani Mnguni UMphathiswa Wezezimali esifundazweni saKwaZulu-Natal, uMnu Francois Rodgers, uthi uhulumeni weSifundazwe ususendleleni yokuzinza, futhi angeke usadonswa emuva…
19 August 2025 Lungani Mnguni UMkhuzi wamaPhoyisa esifundazweni saKwaZulu-Natal, uLt General Nhlanhla Mkhwanazi, uthi ukuthengwa kwama-scanner neminye imishini yobuchwepheshe obuphezulu…
19 Agasti 2025 Lungani Mnguni UMphathiswa Omusha waKwaZulu-Natal, uMnu. Thami Ntuli, usecele ngokusemthethweni ukusebenzisana kwabazimele (private sector) ekulweni nobugebengu emphakathini,…
Iqembu lebhola lombhoxo libe ngompetha beFin cup osukwini lwanamhlanje Hollywoodbets Kingsmeads Stadium eThekwini kumdlalo wobungani nalapho bekutholene phezulu iHollywoodbets Sharks…
Ubuphume ngobuningi bawo umphakathi WaseNdwedwe osukwini lwayizolo njengoba bekunomcimbi wokuqala endaweni yaseKhenana, lomjaho bekungowokuqala kanti ikusasasa lawo libonakala lizokhula emnyakeni…