Skip to content
Mon, Nov 23, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • Gallery
  • Contact Us
  • Register Your Business
  • LISTEN LIVE

Author: Izwi Lomzansi

ULwesine uSuku lukaSheila
EVENTSTrending on Izwi98

ULwesine uSuku lukaSheila

Izwi LomzansiMay 28, 2026May 28, 2026

Kudala abesifazane ababenza umsebenzi wokusiza endlini babengabizwa ngamagama abo, bonke babebizwa ngokuthi uSheila nanganoma yiliphi elinye igama elalifika emqondweni. Omama…

UMalema: kutshengisa inzondo nokucwasa ukuhlaselwa kwabokufika ezweni
Izwi98 News

UMalema: kutshengisa inzondo nokucwasa ukuhlaselwa kwabokufika ezweni

Izwi LomzansiMay 28, 2026May 28, 2026

Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF), uJulius Malema, uthi izenzo zokulwa nabokufika eNingizimu Afrika ziyisibonakaliso senzondo noma ukucwasa abantu base-Afrika Ekhuluma…

Ibhanoyi selithe cababa eGhana nabantu abangu 300
Izwi98 News

Ibhanoyi selithe cababa eGhana nabantu abangu 300

Izwi LomzansiMay 28, 2026May 28, 2026

Abantu abangu-300 abadabuka eGhana abebehlezi eNingizimu Afrika sebefikile kwelakubo e-Accra. Ngesikhathi bengena ezweni labo, eGhana bamukelwe ngenkulu inhloko, uthando nezingoma…

Kugwazwe owesilisa ebanjwa inkunzi eVerulam
Izwi98 News

Kugwazwe owesilisa ebanjwa inkunzi eVerulam

Izwi LomzansiMay 28, 2026May 28, 2026

Iqembu labafana abaneminyaka elinganiselwe kwengu-15 ubudala neliwuhlalise lubhojozi umphakathi wasePalmview kubikwa ukuthi ligwaze owesilisa oneminyaka engu-29 ubudala bemubamba inkunzi. OLUNYE…

Kwethulwe isikhungo esisha sokuthuthukisa intsha KwaMashu
Izwi98 News

Kwethulwe isikhungo esisha sokuthuthukisa intsha KwaMashu

Izwi LomzansiMay 28, 2026May 28, 2026

Kuvulwe ikhasi Elisha endaweni yaKwaMashu lapho uMasipala waseThekwini, iSafe-Hub kanye neRexona bethula ngokusemthethweni isikhungo esisha seSafe-Hub esihlose ukunika amandla abantu…

Kuboshwe 2 wabasolwa ngokuqola nokuthumba ePinetown
Izwi98 News

Kuboshwe 2 wabasolwa ngokuqola nokuthumba ePinetown

Izwi LomzansiMay 27, 2026May 27, 2026

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abasolwa ababili abaneminyaka engu-29 ubudala nengu-35 ubudala ngokubandakanyeka esigamekweni sokuqola nokuthumba. La basolwa bobabili baboshwe ngesikhathi kuqhutshwa…

Kushaqwe izingwenya ‘ezifuywe’ ngokungemthetho
Izwi98 News

Kushaqwe izingwenya ‘ezifuywe’ ngokungemthetho

Izwi LomzansiMay 27, 2026May 28, 2026

Amaphoyisa asuse izingwenya ezimbili ezigcinwe ngokungemthetho ekhejini eliyinsimbi nelinechibi elincane emuva kwendlu eseSprings, ezigcinwe sengathi ziyizilwane ezifuyiwe. Kubikwa ukuthi izilwane…

Kuvela elikaMqgithi, Pitso kanye noBenni kwabazohola iChiefs
Izwi98 Sports

Kuvela elikaMqgithi, Pitso kanye noBenni kwabazohola iChiefs

Izwi LomzansiMay 27, 2026May 27, 2026

Akucaci ngabazovala isikhala sabaqeqeshi beKaizer Chiefs abahambile okungu Ben Yossuff Kanye no Cedric Kaze ebebehola leliqembu ngesizini ephelile. Kuzokhumbuleka ukuthi…

Kubhekwe lukhulu kwisikwati sika Broos azosimemezela namhlanje
Izwi98 Sports

Kubhekwe lukhulu kwisikwati sika Broos azosimemezela namhlanje

Izwi LomzansiMay 27, 2026May 27, 2026

Abathandi bebhola laseNingizimu-Afrika basibheke ngabomvu isikwati sabadlali abangu 26 abazomenyezelwa umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos osukwini lwanamhlanje ngehora lesikhombisa ebusuku.…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

  • Terms & Terms
  • Privacy Policy
  • Refund & Cancellation Policy

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube