UMkhwanazi noNdunankulu bagasele emafemini aKwaDukuza
UNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli ehambisana nomholi wamaphoyiswa aKwaZulu Natal uNhlanhla Mkhwanazi bagasele kwenye yamafemu aKwaDukuza. OLUNYE UDABA: Owezabasebenzi ugasele emafemini…
Izwa Umehluko
UNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli ehambisana nomholi wamaphoyiswa aKwaZulu Natal uNhlanhla Mkhwanazi bagasele kwenye yamafemu aKwaDukuza. OLUNYE UDABA: Owezabasebenzi ugasele emafemini…
Amaphoyisa asengeze ngokusemthethweni umsolwa wesithathu ngokubandakanyeka ekubulaweni kuka-Olorato. Isidumbu sakhe sitholwe eLombardy, eduze nase-Alexandra enyakatho neGoli, ngeSonto lwangomhlaka-25 May. UBongani…
Abantu abathathu abalahlwe yicala lokunyamalala kukaJoshlin Smith oneminyaka eyisithupha ubudala bagwetshwe udilikajele umuntu ngamunye ngecala lokushushumbisa abantu neminyaka eyishumi ngelokuthumba.…
Izikhulu ze-Orlando Pirates kuvela ukuthi zifuna ukunikeza uMandla Ncikazi ithuba lokuhola i-Orlando Pirates kwisizini entsha ezoqala ka-2025/26 njengoba kusanda kushiya…
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal avule icala lokubulala ngokungenhloso kulandela ingozi enyantisayo yebhasi eyenzeke ngoLwesibili endaweni yasoThongathi, enyakatho yeTheku. Kushone abantu abathathu, kwalimala…
Ukulandelwa kwemikhondo ngokubulawa kwesitshudeni saseWits, u-Olorato Mongale, sekuholele ithimba lezobunhloli eThekwini. Bathole imoto, okukholakala ukuthi ibisetshenziswa ababulali bale ntokazi eneminyaka…
Isikhulu esiphezulu eqenjini leJomo Cosmos egijima kwi-ABC Motsepe League eGoli, uJomo Sono useveze ubungozi obungase behlele iKaizer Chiefs emnyakeni ezayo…
Sekusele amahora ambalwa kugwetshwa kuka-Kelly Smith, u-Jacquen Appollis no-Steveno van Rhyn. IJaji uNathan Erasmus kulindeleke ukuthi ligwebe laba bobathathu kulandela…
ISizekhaya Holdings iklonyeliswe ngeLayisense ye-Lotto Kazwelonke kanye ne-Sports Pool. USizekhaya ungene esikhundleni se-Ithuba Holdings, obekuyiyo ebiphethe iLotto kusukela ngo-2015. Ilayisense…