Kuyaqhubeka ukuqulwa kwecala lokubulawa kukaMeyiwa namuhla
Icala likaSenzo Meyiwa kulindeleke ukuthi liqhubeke namuhla ekuseni eNkantolo eNkulu yasePitoli ngemuva kokuba umbuso ucele isikhathi esengeziwe ukuze unikeze ummeli…
Izwa Umehluko
Icala likaSenzo Meyiwa kulindeleke ukuthi liqhubeke namuhla ekuseni eNkantolo eNkulu yasePitoli ngemuva kokuba umbuso ucele isikhathi esengeziwe ukuze unikeze ummeli…
Iqembu leNkatha Freedom Party liqinisekise ukudlula emhlabeni kwelungu layo liphezulu, uKhethamabala Petros Sithole, odutshulwe eKatlehong e-East Rand ngoMgqibelo ebusuku. USithole…
Kube yinjabulo osukwini lwanamuhla kwethulwa ngokusemthethweni umqhudelwano othuthukisa amakhono abantu abasha ebholeni lezinyawo iKhabba Cup eKing Zwelithini Stadium osukwini lwanamhlanje,…
INkantolo yeSifunda eLadysmith igwebe uMichael Buthelezi, 48, odilikajele abane neminyaka engu-15 ngemuva kokulahlwa ngamacala amane okubulala, elokushisa namabili okuphazamisa ukusebenza…
Isikela lomqeqeshi leMamelodi Sundowns uSteve Komphela, uthi bazozama ukuguqula izinto uma sebebhekene nePyramids yaseGibhithe osukwini lwangeSonto nalapho bezodlala umlenze wesibili.…
Amaphoyisa KwaZulu-Natal awazange abuthi qothu, ebematasa ubusuku bonke. Amaphoyisa abulale abantu abathathu abasolwa ngokubamba inkunzi imoto yemali ezigamekweni ezimbili zokudubulana…
UKhomishana wamaphoyisa wesiFundazwe saKwaZulu-Natal uLieutenant General Nhlanhla Mkhwanazi uzobe eseNkantolo yesiFunda yaseMnambithi ngoLwesihlanu, ngomhlaka-30 May 2025. Kule nkantolo kuzophuma isinqumo…
INkantolo yeSifunda eMadadeni igwebe indoda eneminyaka engu-45 ubudala udilikajele ngecala lokudlwengula owesifazane oneminyaka engu-19 ubudala, eDanhauser ngo-August 2019. Isisulu sasisendleleni…
INkantolo yeSifunda eNquthu igwebe indoda eneminyaka ewu-27, udilikajele ngecala lokudlwengula intombazane eneminyaka ewu-10 eMondlo ngoNovember 2022. Ummangalelwa nesisulu bebazana. Isisulu…