Skip to content
Fri, Oct 2, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

UMbenenge uyakuphika ukuthi wathumela isithombe sesitho sakhe sangasese kuMengo
Izwi98 News

UMbenenge uyakuphika ukuthi wathumela isithombe sesitho sakhe sangasese kuMengo

Fikile NdabaJuly 8, 2025July 8, 2025

UMengameli wamaJaji e-Eastern Cape, uSelby Mbenenge, uzichithile izinsolo zokuthi wathumela isithombe sesitho sakhe sangasese kummangali, u-Andiswa Mengo. Ngaphambilini inkantolo yezwa…

IZITHOMBE: Kusolwa imbawula ngokusha kwemijondolo yaseSiphingo, iDakota
Izwi98 News

IZITHOMBE: Kusolwa imbawula ngokusha kwemijondolo yaseSiphingo, iDakota

Fikile NdabaJuly 8, 2025July 8, 2025

Abezicishamlilo nezimo eziphuthumayo kaMasipala weTheku, kanye namathimba eZinhlekelele, baphuthume endaweni yesigameko lapho okuqubuke khona ilangabi ngezithuba zabo-03:00 ekuseni namuhla emjondolo…

Kuzothulwa umqhudelwano weKZN Premier’s Cup namuhla
Izwi98 Sports

Kuzothulwa umqhudelwano weKZN Premier’s Cup namuhla

Fikile NdabaJuly 8, 2025July 8, 2025

Azoqhathwa osukwini lwanamuhla amaqembu azoba yingxenye yomqhudelwano wemidlalo ye-Premier ‘s Cup. Amaqembu azoba yingxenye agijima kwiBetway-Premiership okungaMazulu fc, yiGolden Arrows,…

Kushone umfana, 5, ngemuva kokugwiliza e-swimming pool ekhaya ePMB
Izwi98 News

Kushone umfana, 5, ngemuva kokugwiliza e-swimming pool ekhaya ePMB

Fikile NdabaJuly 8, 2025July 8, 2025

Kushone ingane ngemuva kokuminza emzini oseMgungundlovu. Kukholakala ukuthi umfana oneminyaka emihlanu ubudala ugwilize ku-swimming pool kuHowick Road e-Athlone ngoMsombuluko ntambama.…

Ulaxaze ibheyili owaseSwazini ngawokubulala ka-V eMlazi ngo-August odlule
Izwi98 News

Ulaxaze ibheyili owaseSwazini ngawokubulala ka-V eMlazi ngo-August odlule

Fikile NdabaJuly 8, 2025July 8, 2025

Uphenyo olselunesikhathi lwaqala lwabaseshi boPhiko lokuBula nokuphanga KwaZulu-Natal luholele ekuboshweni kwendoda eneminyaka engu-28 ubudala engeyokufika kuleli ngecala lokubulala abantu abayisithupha…

URamaphosa uthembise ngokubhekana nalabo abathintekayo odabeni oludalulwe nguMkhwanazi
Izwi98 News

URamaphosa uthembise ngokubhekana nalabo abathintekayo odabeni oludalulwe nguMkhwanazi

Fikile NdabaJuly 7, 2025July 7, 2025

UMengameli uCyril Ramaphosa uthi bonke labo okuzovela ukuthi abenzi kahle kulokhu okuvezwe nguKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uGeneral Nhlanhla Mkwanazi bazothathelwa izinyathelo…

IVideo: Luqalile uphenyo ngephoyisa ‘ebelicwile ezinkambini’ lisemsebenzini
Izwi98 News

IVideo: Luqalile uphenyo ngephoyisa ‘ebelicwile ezinkambini’ lisemsebenzini

Fikile NdabaJuly 7, 2025July 7, 2025

Uphiko lwamaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) lukuqinisekise ukuthi kuqhubeka uphenyo oluphuthumayo kulandela ukusatshalaliswa kwe-video ebukwa umhlaba wonke enkundleni yezokuxhumana iTikTok, eveza…

ISAMA izobamba umhlangano noNdunankulu mayelana nokuhlaselwa kodokotela eKZN
Izwi98 News

ISAMA izobamba umhlangano noNdunankulu mayelana nokuhlaselwa kodokotela eKZN

Fikile NdabaJuly 7, 2025July 7, 2025

ISouth African Medical Association ithi izohlangana noNdunankulu waseKZN uThami Ntuli kuleli sonto ukudingida izikhalo eziqhubekayo ngokuphepha kwabasebenzi bezempilo. Le nhlangano…

IDolobha licacisa ngesidingo sokuphatha umazisi emtholampilo
Izwi98 News

IDolobha licacisa ngesidingo sokuphatha umazisi emtholampilo

Fikile NdabaJuly 7, 2025July 7, 2025

UMasipala weTheku ukubonile ukukhathazeka komphakathi kulandela umbhalo ezinkundleni zokuxhumana omayelana nesaziso sasemtholampilo esicela iziguli ukuthi zilphathe omazisi bazo uma zivakashele…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.