Skip to content
Sat, May 30, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

Abafundi bakamatikuletsheni eKZN balungiselela izivivinyo zokugcina
Izwi98 News

Abafundi bakamatikuletsheni eKZN balungiselela izivivinyo zokugcina

Fikile NdabaOctober 20, 2025October 20, 2025

Usuku olungaphambi kwezivivinyo zokugcina zika-matric, kanti abanye abafundi baseKZN bathi bangena esigabeni sokugcina semfundo yabo futhi benemizwa eyehlukene. Kulesi sifundazwe…

Iziphathimandla zizohambela imindeni yabashone engozini yebhasi eLimpopo
Izwi98 News

Iziphathimandla zizohambela imindeni yabashone engozini yebhasi eLimpopo

Fikile NdabaOctober 20, 2025October 20, 2025

Izikhulu zehhovisi lamanxusa aseZimbabwe naseMalawi kanye nohulumeni wesifundazwe saseLimpopo kulindeleke ukuthi namuhla bahambele imindeni yabangu-43 abashone engozini yebhasi eyenzeka ngaphandle…

Kube yinjabulo yodwa iDolobha lethula umkhankaso walo wesizini yehlobo
Izwi98 News

Kube yinjabulo yodwa iDolobha lethula umkhankaso walo wesizini yehlobo

Fikile NdabaOctober 16, 2025October 16, 2025

Wethulwe ngokusemthethweni umkhankaso wesizini yasehlobo namuhla endaweni yaseSithumba Village ngaphansi kwaseValley of a Thousand Hills, lapho obekuvezwa khona ukuthi idolobha…

Lilahlwe yicala iphoyisa elabulala indodana yalo lizitshela ukuthi yisigebengu
EVENTS

Lilahlwe yicala iphoyisa elabulala indodana yalo lizitshela ukuthi yisigebengu

Fikile NdabaOctober 15, 2025October 15, 2025

Lilahlwe yicala lokubulala iphoyisa laKwaZulu-Natal ngemuva kokuba lidubule libulale indodana yalo eneminyaka engu-25 ubudala, lizitshela ukuthi iyisigebengu. Lesi sigameko senzeka…

Umjovo we-HIV i-Lenacapavir uzosatshalaliswa ezifundeni eziyisithupha zase-KZN
Izwi98 News

Umjovo we-HIV i-Lenacapavir uzosatshalaliswa ezifundeni eziyisithupha zase-KZN

Fikile NdabaOctober 15, 2025October 15, 2025

Sekuqinisekisiwe ukuthi i-KZN ingesinye sezifundazwe ezizothola umjovo omusha wokuvimbela isifo, i-HIV. UNgqongqoshe Wezempilo u-Aaron Motsoaledi uthi imitholampilo yomphakathi engu-360 eNingizimu…

IKhomishana kaMadlanga izolalela ufakazi obalulekile ngaphandle kwamakhamera ngenhloso yokumvikela
Izwi98 News

IKhomishana kaMadlanga izolalela ufakazi obalulekile ngaphandle kwamakhamera ngenhloso yokumvikela

Fikile NdabaOctober 15, 2025October 15, 2025

IKhomishana kaMadlanga inqume ukuthi ufakazi wayo olandelayo uzofakaza engekho phambi kwabantu futhi ngale kwamakhamera ukuze avikeleke. Ikhomishana iphenya ngezinsolo zokuthi…

‘UMengameli wayengavakashile kaMaumela kodwa wayegijima, edlula’
Izwi98 News

‘UMengameli wayengavakashile kaMaumela kodwa wayegijima, edlula’

Fikile NdabaOctober 13, 2025October 13, 2025

IHhovisi likaMengameli lizichithile izinsolo zokuthi uMengameli Cyril Ramaphosa wayevakashele emzini kasomabhizinisi osolwa ngenkohlakalo uHangwani Maumela. Ivideo ezungeza ezinkundleni zokuxhumana ikhombisa…

IKhomishana kaMadlanga ihlehlise ukukhipha isinqumo mayelana nesicelo samakhamera
Izwi98 News

IKhomishana kaMadlanga ihlehlise ukukhipha isinqumo mayelana nesicelo samakhamera

Fikile NdabaOctober 13, 2025October 13, 2025

IKhomishana kaMadlanga ihoxise ngoMsombuluko ekuseni kulandela ukulalela izinkulumo mayelana nokuthi ufakazi olandelayo kumele afakaze yini ngale kweminyango evaliwe, angabonwa ngabantu.…

URamaphosa udlulise amazwi enduduzo emindenini ethintekile engozini yebhasi eLimpopo
Izwi98 News

URamaphosa udlulise amazwi enduduzo emindenini ethintekile engozini yebhasi eLimpopo

Fikile NdabaOctober 13, 2025October 13, 2025

UMengameli uCyril Ramaphosa udlulise amazwi enduduzo kwizakhamuzi zaseZimbabwe nezaseMalawi ezishonelwe ngabathandiweyo babo engozini yebhasi eyenzeke ngaseLouis Trichardt eLimpopo, ngeSonto ntambama.…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.