Skip to content
Sat, May 30, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

Kushone 2 wamadoda adutshulwe elele enyakatho yeTheku
Izwi98 News

Kushone 2 wamadoda adutshulwe elele enyakatho yeTheku

Fikile NdabaDecember 24, 2025December 24, 2025

Kushone amadoda amabili kanti eyesithathi ilulamela esibhedlela ngemuva kokuba oshayasibhamu bevulele ngenhlamvu  ngesikhathi esalele ezintatha ngoLwesithathu. UPrem Balram we-Reaction Unit…

Lihlehlile elosolwa ngokubulala eSaulsville
Izwi98 News

Lihlehlile elosolwa ngokubulala eSaulsville

Fikile NdabaDecember 24, 2025December 24, 2025

Icala elibhekene endoda eneminyaka ngu-32 ubudala eyaboshwa ngezinsolo zokudubula ibulale abantu eSaulsville ekuqaleni kwenyanga kaDecember lihlehlile eNkantolo yeMantshi yase-Atteridgeville lapho…

Osolwa ngokubulala uDJ Warras uzowudlela esitokisini uNcibijane
Izwi98 News

Osolwa ngokubulala uDJ Warras uzowudlela esitokisini uNcibijane

Fikile NdabaDecember 24, 2025December 24, 2025

Icala elibhekene noVictor Mthethwa Majola, osolwa ngokubulala uWarrick Stock owaziwa kakhulu ngelikaDJ Warras lihlehlele unyaka ozayo. UMajola uvele okokuqala eNkantolo…

Kuxwayiswa abashayeli ngomqhafazo oyi-scam
Izwi98 News

Kuxwayiswa abashayeli ngomqhafazo oyi-scam

Fikile NdabaDecember 23, 2025December 23, 2025

Abashayeli bezimoto baxwayiswe ngokukhwabanisa kwe-SMS yezinhlawulo zomgwaqo ezingamanga Abashayeli bezimoto banxuswa ukuba baqaphele umkhuba omusha wokukhwabanisa. Izigebengu zaseBrazen zithumela imiqhafazo…

Uhulumeni waseGauteng uncome amaphoyisa ngokubopha abasolwa ngokubulala uDJ Warras
Izwi98 News

Uhulumeni waseGauteng uncome amaphoyisa ngokubopha abasolwa ngokubulala uDJ Warras

Fikile NdabaDecember 23, 2025December 23, 2025

Uhulumeni waseGauteng utuse amaphoyisa ngemizamo yawo yokubopha labo abasolwa ngokudubula babulale usaziwayo wakuleli uWarrick “DJ Warras” Stock. Amaphoyisa athi sekuboshwe…

Kulimale inqwaba yabantu kubanjwa inkunzi imoto yemali ePinetown
EVENTS

Kulimale inqwaba yabantu kubanjwa inkunzi imoto yemali ePinetown

Fikile NdabaDecember 19, 2025December 19, 2025

Balulamela esibhedlela abantu abayisithupha, okubalwa kubo nephoyisa, kulandela ukulimala ngesikhathi kubanjwa inkunzi imoto yemali ePinetown. Abosizo lokuqala i-ALS Paramedics baphuthume…

Inkonzo yesikhumbuzo sikaDJ Warras
Izwi98 News

Inkonzo yesikhumbuzo sikaDJ Warras

Fikile NdabaDecember 19, 2025December 19, 2025

Umndeni, abangani, kanye nozakwabo baDJ Warras bazobamba inkono yesikhumbuo eGoli. Lo DJ oneminyaka engu-40 ubudala udutshulwe wabulawa eGoli ngoLwesibili. OLUNYE…

Iziphathimandla zixwayisa ngokushayela budedengu ku-N3 Toll Route
Izwi98 News

Iziphathimandla zixwayisa ngokushayela budedengu ku-N3 Toll Route

Fikile NdabaDecember 19, 2025December 19, 2025

Iziphathimandla zomgwaqo ziphakamisa ukukhathazeka okukhulu ngokushayela budedengu nangokungabekezeli okuqhubekayo ku-N3 Toll Route. Lokhu njengoba ukwanda kwezimoto ngesikhathi samaholide kukhula. OLUNYE…

Kuhlelwe umbhikisho wokuhlonipha uDJ Warras
EVENTS

Kuhlelwe umbhikisho wokuhlonipha uDJ Warras

Fikile NdabaDecember 18, 2025December 18, 2025

Inhlangano iMarch and March ihlela imashi eyibiza nge-Black Friday ngoLwesihlanu, ukuhlonipha umsakazi nomethuli wezinhlelo kumabonakude uWarrick”DJ Warras” Stock. Umholi wenhlangano…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.