Kulindeleke isivunguvungu somoya eKZN kuleli sonto
ISouth African Weather Service ixwayise ngomoya onamandla futhi oyingozi ozohlasela izingxenye zaKwaZulu-Natal ngoLwesithathu. Izangoma zezulu zikhiphe izexwayiso ezimbili zika-level 2.…
Izwa Umehluko
ISouth African Weather Service ixwayise ngomoya onamandla futhi oyingozi ozohlasela izingxenye zaKwaZulu-Natal ngoLwesithathu. Izangoma zezulu zikhiphe izexwayiso ezimbili zika-level 2.…
Umphakathi wakwaMaphumulo endaweni yaseMvutshana usuveze usizo obhekene nalo mayelana nendaba yokuswela amanzi. Kunevideo lapho kubonakala owesifazane ekha amanzi ancolile emfuleni…
Kushone umuntu oyedwa namuhla ekuseni esigamekweni sokusha komjondolo, emjondolo yaseSimplace e-Effingham enyakatho yeTheku. Kushe kwangqongqa imijondolo ebalelwa kwengu-20. OLUNYE UDABA:…
Ngemuva kokususwa kuthelevishini esikhathini esingangenyanga edlule, intatheli yeNewzroom Afrika engumethuli wezindaba u-Aldrin Sampear ubuyele emsebenzini namuhla. Kuthelevishini ebukhoma, ngesikhathi ezwakalisa…
Amantombazane esikole ayisishiyagalombili azovela enkantolo ngamacala okushaya. La mantombazane asemancane abonakala kukhamera ebhaxabula umfundi waseBedfordview High. OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Kutholakale izidakamizwa…
Umsakazo IzwiLomzansi libambisene neDurban Chamber of Commerce lisingathe iBusiness Brunch ngoLwesine lwangomhlaka-15 May 2025. Inhloso yalo mcumbi obuyikhethelo bekuwukuhlinzeka ngenkundla…
Amalungu omphakathi esigcemeni sakwa-U eMlazi athi asabela izimpilo zawo kulandela ukudutshulwa kwabantu abayisishiyagalombili esigamekweni sokubulala. Leli qembu beliphuza endaweni yasemijondolo…
UMnyango Wezasekhaya uthi umfundisi waseNigeria uTimothy Omotoso uvinjelwe ukungena eNingizimu Afrika iminyaka emihlanu ezayo. U-Omotoso ufulathele elakuleli ngeSonto ngemuva kokuboshwa…
Abathandi bebhola baseNingizimu Afrika balale bejabule ngemuva kokunqoba kweqembu lesizwe lika under 20 kumqhudelwano we-Afcon ububanjelwe e-Egypt. OLUNYE UDABA: Isingompetha…