Bazohanjiswa eMexico abadlali abangu-6 abasale kwesika Broos

Bazogezeka izinhliziyo abadlali abayisithupha beqembu lesizwe iBafana Bafana abazothola ukududuzeka ngokuthi beyozibukela umdlalo weBafana Bafana Kanye ne Mexico mhlaka 11 June 2026.

Lokhu kuvele ngemuva kokuthi isitolo esixhase loluhambo lweBafana Bafana siveze ukuthi lababadlali angeke baze basale ngaphandle kweliya eMexico.

OLUNYE UDABA:kubhekwe-lukhulu-kwisikwati-sika-broos-azosimemezela-namhlanje/

Nampa abadlali abangu 6 abangangenanga kwiskwati sika Broos kodwa bazoya eMexico.


1.Brandon Petersen (Kaizer Chiefs)
2.Thabiso Monyane (Kaizer Chiefs)
3.Lebohang Monyane (Kaizer Chiefs)
4.Brooklyn Poggenpoel (Durban City)
5.Patrick Maswanganyi (Orlando Pirates)
6.Thapelo Morena (Mamelodi Sundowns)