
Umdlalo omusha we-Ettifaq uMohau Nkota osanda kushiya i-Orlando Pirates sekusabalale amavideo akhe lapho khona eziqeqesha nozakwabo eSaudi Arabie.
Okugqame kakhulu Kulama video ukubonakala kwalo mdlali enza amahlaya ahlukahlukene nabadlali baleli qembu.
Lo mdlali umuntu ongazi angathi useneskhathi eside efikile kanti uthulwe kuleli sonto eqenjini elisha.
OLUNYE UDABA: IPirates ithole isibhaxu ngaphambi komdlalo womkhaya
Kubonakala lo mdlali ezosheshe esifunde kalula istayela se-Ettifaq njengoba exhumana ngendlela enhle nozakwabo futhi bamamukele ngezandla ezimhlophe kuleli qembu.
Imibukiso kaNkota ezinkundleni zokuxhumana nozakwabo phesheya kwezilwandle kukhombisa ukujabula okukhulu ukuba kuleyandawo.
@football.newz5 Mohau Nkota opened his new show in 🇸🇦Al Ettifaq #orlandopirates #sowetoderby #onceandalways #southafricatiktok #ezikamagebhula #viral #fyp ♬ original sound – Football newz 🇿🇦
@morongoamoroasi Our boi Mohau Nkota already settled well in Al-Ettifaq FC Saudi Arabia 🇸🇦.. #oncealways🏴☠️🔥❤️ ♬ original sound – Mo
@etti.fan نكوتـا مروق على الآخر في المعسكر👏🏻💚♥️ #نادي_الاتفاق💚❤️ #دوري_روشن_السعودي #mohaunkota ♬ الصوت الأصلي – نادي التعاون السعودي
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
