Usethulwe njengomqeqeshi omusha weDurban City uGavin Hunt

Umqeqeshi obecija iSupersports United ngesizini edlule usethulwe ngokusemthethweni yiqembu leDurban City.

UHunt kuzokhumbuleka ukuthi usecije amaqembu ahlukahlukene kuPSL kanti kubhekiwe ukuthi asize leli qembu njengoba linyukele esigabeni esiphezulu.

OLUNYE UDABA: Selidayisiwe iqembu leSupersports United

UHunt uvale isikhala sikaSimo Dladla obekuyena obecija leli qembu.

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-Twitter)