Kulimale abagibeli itekisi lishayisa izimoto ezingu-9 ePhoenix

Kulimale abantu abahlanu ngemuva kokuba itekisi lishayisane nezimoto eziyisishiyagalolunye  ePhoenix namuhla ekuseni.

Amalungu e-KZNVIP ajutshwe endaweni yesigameko ngemuva kwehora lesithupha ekuseni kulandela ukuthola izingcingo eziningi ezivela emphakathini.

OLUNYE UDABA: Kulimale 6 wezingane zesikole engozini ePMB

Ngesikhathi befika abeKZNVIP Medics babikelwe ukuthi itekisi lohlobo lweToyota Quantum emhlophe liphaphalazile lavika enye imoto lashayisana nezimoto eziyisishiyagalolunye ebezipakile zingenamuntu phakathi.

Abagibeli abahlanu abebegibele kule tekisi baphuthunyiswe esibhedlela ngenxa yokulimala.

KZNVIP

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEditEdit

One thought on “Kulimale abagibeli itekisi lishayisa izimoto ezingu-9 ePhoenix

  1. **mitolyn**

    Mitolyn is a carefully developed, plant-based formula created to help support metabolic efficiency and encourage healthy, lasting weight management.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *