
Nedbank Cup Final: KwaZulu-Natal police dismiss looting rumours ahead of Moses Mabhida showdown
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal asechithe imibiko ezingeza ezinkundleni zokuxhumana ethi kungase kuqalwe ukutatshwa kwezimpahla ezitolo emdlalweni wamanqamu weNedbank Cup eMoses Mabhida Stadium, kule mpelasonto.
UKhomishana wamaPhoyisa esifundazweni uMajor General Phumelele Makoba, ekhuluma nabezindaba ngoLwesihlanu, uthe amaphoyisa aphenye izinkinga zokuthengwa kwamathikithi ukuze aqinisekise ukuthi akukho kuthengiswa kwawo ongokudlulele, njengoba kube nemibiki engesilo iqiniso ezinkundleni zokuxhumana sekudale ukwethuka nokwesabela ukuthi kungase kube nezibhelu kanjalo nokunyathelana.
OLUNYE UDABA: UMkhwanazi uxwayisa abangenawo amathikithi eMabhida
UMakoba wengeze ngokuthi zonke izinqubo zomcimbi okuhlanganisa nokuhlukaniswa kwezingozi zenziwe futhi amaphoyisa aseluphothulile uhlelo lwezokuphepha komcimbi.
Nokho, indlela eya kowamanqamu ibile nezihibe zakhona.
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEdit
