Kudutshulwe umculi odumile eThekwini kuFlorida Road

Unobhala jikelele weqembu elibusayo okuyi African National Congress (ANC) Mnuz. Fikile Mbalula uthi banethemba lokuthi amaphoyisa azogcina ebatholile abantu abadubule babulala umculi, uKiernan Forbes, owaziwa ngalika A.K.A, kanye nomngani wakhe uTebelloe Mtshwana.

Okubikwa ukuba badutshulwa babulalwa abantu abangaziwa beseThekwini ku Florida Road, ngolwesihlanu odlule.

uMbalula uphawula kanje emva kokuba ezinye izikhlu zeqembu zihambele umndeni wakwa Forbes ukuyobhonga emswanini. Nathi angasho nje ukuthi Ua.k.k. ubulawe abantu ebebevele bemlandela. Ube esenxusa engase abanolwazzi ngokubulawa kwakhe ukuba baphumele obala abikele amaphoyisa.

One thought on “Kudutshulwe umculi odumile eThekwini kuFlorida Road

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *