
Izinkulungwane zamalungu ebandla i-Zion Christian Church(ZCC) ziya eMoria ohambweni olungcwele lwePhasika.
Inkampani yamabhasi akwaPutco yenza konke okusemandleni ukuthutha amakholwa eLimpopo.
Kule mpelasonto yePhasika le nkampani isebenzisa amabhasi angu-500 ukuthutha amakholwa.
OLUNYE UDABA: Izikhulu zomgwaqo eKZN zinxusa ukuthi kuqikelelwe emigwaqeni
Umcimbi walo nyaka ubaluleke kakhulu — umbuthano wokuqala ophelele eminyakeni emihlanu.
Umqedazwe we-Covid-19 kanye nemikhawulo ezenzakalweni eziningi kwamisa uhambo lweminyaka yonke ngo-2020.
Iziphathimandla zomgwaqo zesifundazwe nezomasipala ziphume ngobuningi bazo, zisebenzela ukuqinisekisa ukuphepha emgwaqeni kanye nokulandelwa kwemithetho yomgwaqo.
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEditEdit
