UShivambu uthi useyilo ilungu le-MKP
UFloyd Shivambu uyayiphika imibiko yokuthi uselishiyile iqembu loMkhonto weSizwe. “Angikasuli kuMkhonto weSizwe futhi angisoze ngasula kuMkhonto weSizwe futhi ngiyilungu lawo,”…
Izwa Umehluko
UFloyd Shivambu uyayiphika imibiko yokuthi uselishiyile iqembu loMkhonto weSizwe. “Angikasuli kuMkhonto weSizwe futhi angisoze ngasula kuMkhonto weSizwe futhi ngiyilungu lawo,”…
Icala lokubulala uSenzo Meyiwa liyaqhubeka namuhla ngoLwesine ekuseni eNkantolo eNkulu yasePitoli. Inkantolo kulindeleke ukuthi ilalele imiphumela yokuhlolwa kwamazinyo kamsolwa ongunombolo…
Isithangami sabezindaba esihlelelwe uLwesine obenguNobhala-Jikelele woMkhonto weSizwe (MK) uFloyd Shivambu asikagunyazwa yiqembu. Lawa ngamazwi okugcina aphuma kokhulumela iqembu Nhlamulo Ndhlela.…
Izakhamuzi zaseSamora Machel zifuna usizo oluphuthumayo kwabomthetho. Lezi zakhamuzi zimema iphoyisa eliphezulu eKZN uLieutenant-General Nhlanhla Mkhwanazi ukuba avakashele endaweni. ZIkholelwa…
Kubeyinjabulo yodwa eNdwedwe kumasipala wesiFunda iLembe lapho uNgqongqoshe wezeziMali KwaZulu-Natal, uFrancois Rodgers, enikeze ikhehla lendawo, uSipho Xaba umuzi osanda kwakhiwa.…
INkantolo eNkulu eThekwini igwebe amadoda aamahlanu, okunguBongile Mabele, uSiyathemba Mthwana, uNkosayikhethi Njeya, uBongani Mboyiyana noSibusiso Mkhondo, odilikajele ayisishiyagalombili umuntu ngamunye…
Owesifazane odabuka eZimbabwe nomyeni wakhe waseNigeria baboshelwe izinsolo zokushushumbisa abantu kanye nokuphoqa abesifazane ukuba benze izithombe zocansi ku-internet eTshwane. Ngokombiko…
I-Economic Freedom Fighters (EFF) KwaZulu-Natal ithi iningi lamalungu ayo abelaliswe esibhedlela kulandela ingozi yebhasi eyenzeke ku-R34 phakathi koLundi neVryheid ngoMsombuluko…
Amadoda amahlanu alahlwe yicala lokubulala abantu abayisishiyagalombili ehostela iGlebelands, eMlazi, kulindeleke ukuba kuphume isigwebo sabo namuhla eNkantolo eNkulu yaseThekwini. OLUNYE…