Amanzi angase angabikhona amahora angu-24
Durban – Kubikwa ukuthi amanzi azophela ezindaweni ezisenkabeni naseningizimu yeTheku. Amanzi azongabi khona isikhathi esingamahora angu-24 kusukela kusasa ekuseni. UMngeni-uThukela…
Izwa Umehluko
Durban – Kubikwa ukuthi amanzi azophela ezindaweni ezisenkabeni naseningizimu yeTheku. Amanzi azongabi khona isikhathi esingamahora angu-24 kusukela kusasa ekuseni. UMngeni-uThukela…
UNgqongqoshe wamaPhoyisa uSenzo Mchunu uthi iKwaZulu-Natal iqophe isibalo esiphezulu sabantu ababoshiwe ngamacala okudlwengula kuleli sonto. Uthi kuzwelonke, amaphoyisa abophe abantu…
Iqembu loMkhonto Wesizwe lithi amalungu alo azogcwala imigwaqo ekhala ngokunyuswa kwe-VAT. IsiShayamthetho Sikazwelonke, kuleli sonto, siphasise isabelomali sika-2025 esihlanganisa ukunyuswa…
OwayenguSomlomo wePhalamende uNosiviwe Mapisa-Nqakula uhlulekile emzamweni wakhe wokuphoqa umbuso ukuba udalule ngokugcwele okuqukethwe yidokodo ecaleni lakhe lenkohlakalo. INkantolo eNkulu yaseGauteng,…
Izicishamlilo zibhule ilangabi kumaloli amabili abevutha umlilo ngaseVan Reenen’s Pass ngoLwesihlanu ekuseni. Lezi zimoto zigqamuke amalangabi kulandela ukushayisana ku-N3, nokuyikho…
Iziphathimandla zithi kwaqubuka uthuthuva phakathi kwamaqembu ezepolitiki eduze kwaseCamperdown KwaZulu-Natal ngaphambi kokhetho lwasekhaya lwango-2021. USifundo Ngubane, osebenzisana nelinye lamaqembu, wathatha…
Uhulumeni uzibophezele ekusizeni imindeni yezisulu zokudlwengulwa ezintathu eMatatiele e-Eastern Cape. Izingane ezintathu ezineminyaka ephakathi kweyisithupha neyisikhombisa zadlwengulwa kule ndawo ngo-October…
Abezimo eziphuthumayo eGoli i-Johannesburg Emergency Management Services baqaphe isimo njengoba isimo sezulu singesihle. Kubikwa ukuthi kunemvula enamandla ezindaweni eziningi zedolobha.…
Iziphathimandla zikumgwaqo omkhulu u-N3 eduze kwaseVan Reenen’s Pass lapho kungqopngqe khona amaloli amabili. Kubikwa ukuthi kushone umuntu oyedwa ngesikhathi kushayisana…