Skip to content
Sun, May 31, 2026
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwi lomzansi 98.0 FM

Izwa Umehluko

Advertisment Image
  • Home
  • LINE UP
  • About us
  • PODCAST
  • TOPIC
    • Izwi98 News
    • Izwi98 Sports
  • LISTEN LIVE
  • Gallery
  • Contact Us

Author: Fikile Ndaba

Madlanga Commission – Izohlinzeka ofakazi ngezokuphepha
Izwi98 News

Madlanga Commission – Izohlinzeka ofakazi ngezokuphepha

Fikile NdabaSeptember 17, 2025September 17, 2025

IKhomishana kaMadlanga kulindeleke ukuba ivikele labo abazokwethula ubufakazi mayelana nenkohlakalo ngaphakathi kohlelo kwezobulungiswa. Amalungu abomthetho kanye nabanye abashaya ikhwelo bayakhuthazwa…

Inkantolo kulindeleke ikhiphe isinqumo sesicelo sebheyili sikaVusimuzi “Cat”Matlala
Izwi98 News

Inkantolo kulindeleke ikhiphe isinqumo sesicelo sebheyili sikaVusimuzi “Cat”Matlala

Fikile NdabaSeptember 17, 2025September 17, 2025

Kulindeleke ukuthi kukhishwe isinqumo sebheyili sikasomabhizinisi uVusimuzi “Cat” Matlala eNkantolo yeMantshi yase-Alexandra. UMatlala usolwa ngokwakha itulo lokubulala owayeyintombi yakhe ngonyaka…

Madlanga Commission | UMkhwanazi ungufakazi wokuqala
Izwi98 News

Madlanga Commission | UMkhwanazi ungufakazi wokuqala

Fikile NdabaSeptember 17, 2025September 17, 2025

Kulindeleke ukuba isikhulu samaphoyisa KwaZulu-Natal, uNhlanhla Mkhwanazi, sicacise kabanzi ngezinsolo zokubola kohlelo lwezobulungiswa njengoba kuqala iKhomishana kaMadlanga ePitoli. UMengameli uCyril…

Ubufakazi bukaMkhwanazi bubalulekile ekuphumeleleni kweKhomishana kaMadlanga
Izwi98 News

Ubufakazi bukaMkhwanazi bubalulekile ekuphumeleleni kweKhomishana kaMadlanga

Fikile NdabaSeptember 16, 2025September 16, 2025

Amehlo azobe ethe njo kwiKhomishana kaMadlanga uma sekuqala ukulalelwa izethulo ngoLwesithathu. Umhlaziyi wezomthetho uSunil Singh uthi ukhomishana wamaphoyisa eKZN uNhlanhla…

I-ANC ilindele ukuthi uMchunu noCele basebenzisane ngokugcwele neKhomishana
Izwi98 News

I-ANC ilindele ukuthi uMchunu noCele basebenzisane ngokugcwele neKhomishana

Fikile NdabaSeptember 15, 2025October 2, 2025

I-ANC ithi ilindele ukuthi amalungu aphezulu eqembu ukuba asebenzisane ngokugcwele neKhomishana kaMadlanga uma ebizwa. Ikhomishana, ephenya ngezinsolo zenkohlakalo ngaphakathi ohlelweni…

Uzobuyela ngesonto elizayo enkantolo uthisha waseKZN obanjwe nezimoto ezebiwe
Izwi98 News

Uzobuyela ngesonto elizayo enkantolo uthisha waseKZN obanjwe nezimoto ezebiwe

Fikile NdabaSeptember 15, 2025September 15, 2025

Abomthetho bathi uthisha wesikole eKZN abamphenyayo utholwe nemoto yokwebiwa, nenye “esihlinziwe”. Amaphoyisa ophiko loKlebe babophe lo thisha ngaphandle kwesikole esisendaweni…

ISilo sikhale ngokungaganwa kwezinsizwa
Izwi98 News

ISilo sikhale ngokungaganwa kwezinsizwa

Fikile NdabaSeptember 15, 2025September 15, 2025

Sikhale ngokungaganwa kwezinsizwa iSilo uMisuzulu kaZwelithini ngesikhathi sivala uMkhosi woMhlanga namhlanje ngeSonto – sathi izintombi zigugela emakhaya zingaganile ngenxa yokuthi…

Kuthungathwa umshayeli wetekisi elingene engozini eMpendle
Izwi98 News

Kuthungathwa umshayeli wetekisi elingene engozini eMpendle

Fikile NdabaSeptember 15, 2025September 15, 2025

Ukuthungathwa komshayeli wetekisi ngemuva kwengozi yaseKZN kulimale abafundi abangu-20. Amathimba abomthetho eKZN aphume umkhankaso wokuthungatha umshayeli wetekisi ebandakanyeka engozini eshiye…

I-POPCRU inxusa ukuba kuqiniswe ezokuphepha kulandela esokudubula esiteshini samaphoyisa esiseKZN
Izwi98 News

I-POPCRU inxusa ukuba kuqiniswe ezokuphepha kulandela esokudubula esiteshini samaphoyisa esiseKZN

Fikile NdabaSeptember 15, 2025September 15, 2025

Inyunyana yamaphoyisa, i-POPCRU, isiphakamise ukuba kuthathwe izinyathelo ngokushesha ukuze kuqiniswe ezokuphepha eziteshini zamaphoyisa ophiko lwe-SAPS, KwaZulu-Natal. Lokhu kungemva kokuba indoda…

Posts navigation

Older posts
Newer posts

Izwi lomzansi FM

Dubbed as KZN Number 1 Community Radio Station, also known as IZWI98FM. Izwi LoMzansi fm is a 24 Hours Talk Community Broadcaster based in Durban

Download OurApp

Connect With Us
  • Twitter
  • Facebook
  • LinkedIn
  • Instagram
  • youtube
Copyright © 2026 Izwi lomzansi 98.0 FM | Accurate News by Ascendoor | Powered by WordPress.