Abosizo lokuqala namaphoyisa batshalwe kuzo zonke izindawo

Abosizo lokuqala namaphoyisa batshalwe ezindaweni ezahlukene emgwaqeni omkhulu u-N3.

Kulindeleke isiminyaminya esikhulu sezimoto njengoba abantu abaningi beya ezindaweni ezahlukene kule mpelasonto yePhasika.

OLUNYE UDABA: Kulindeleke ukuba sikhule isibalo sezimoto emgwaqeni emikhulu yakuleli

Isikhulu esiphezulu se-N3 Toll Concession, u-Thania Dhoogra, uphawule ngokuqhubekayo kuthelawayeka omkhulu futhi omatasa.

“U-N3 umatasa kakhulu kanti kusukela ngo-4 ekuseni sibona izibalo zikhula.

“Silindele ukuthi lokhu kuzoqhubeka kuze kube ngu-11 ekuseni namhlanje [ngoLwesihlanu,”kusho yena.

eNCA

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-TwitterEditEditEditEdit

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *