
ISouth African Human Rights Commission ithi igculisekile ngempatho yeziboshwa ejele laseWestville.
Izikhulu zivakashele isikhungo sezokuhlunyeleliswa kwezimilo esigabeni sabesifazane nesabancane ngokweminyaka ngoLwesibili ukuyohlola isimo samalungelo abantu.
OLUNYE UDABA: Kusetshenziswe imali eningi ukushintsha amakhadi akwa-SASSA
UKhomishana uPhilile Ntuli uthe bahlole izinto eziningi.
”Noma ngabe zikhona yini izehlakalo zokuhlukumeza ezikhungweni, noma ngabe zonke iziboshwa ziyafinyelela kumalungelo azo abantu ngokulinga, kubalwa ilungelo lokuthola amanzi, ilungelo lendawo yokuhlala, ilungelo lokuthola ukudla, ilungelo lendawo ehlanzekile, ilungelo lokunakekelwa kwezempilo.”
UNtuli uthe nakuba izikhulu zifice lesi sikhungo sigcineke kahle, zisekhona izingqinamba.
“Kunobudlelwano obuhle kakhulu bokusebenzisana phakathi kwabasebenzi neziboshwa.
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

**mitolyn**
Mitolyn is a carefully developed, plant-based formula created to help support metabolic efficiency and encourage healthy, lasting weight management.