
Kuningi ukuqagela okukhona ngaphambi kwenkulumo yesabelomali.
Namuhla kulindeleke ukuba ethule inkulumo yesabelomali ka-2025 uNgqongqoshe wezeziMali u-Enoch Godongwana kanti.
Inkulumo yakhe yesabelomali eyayilindeleke ukuba yethulwe ngenyanga edlule yachithwa ngenxa yokwenyuswa kwe-VAT ngamaphesenti amabili.
Abanye ongoti bathi kumele kugxilwe ekwehlisweni kwezindleko, hhayi ekunyuseni intela.
Amalungu e-Government of National Unity (GNU) ayesevele ezwakalise ukukhathazeka kwawo ngokunyuka okuhlongoziwe.
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
