IKUSASASA NGOMJAHO OMUSHA WE ORCAS ULTRA MARATHON ETHEKWINI

Umngqugquzeli womjaho omusha obizwa ngokuthi Orcas Ultra Marathon uProdigal Khumalo usechaze lomjaho njengozothakaselwa kakhulu abasubathi uphinde ubesezingeni eliphezulu mhlaka 20 April 2024 nalapho kuzobe kugijinywa ibanga lika 25km Kanye no 50km, lomjaho kungokokuqala ukuthi ubesesifundazweni sakwa-zulu-Natal.

. Lomjaho uzobanjelwa eKing s park stadium eThekwini ngokusho kuka Prodigal Khumalo uthi balindele abasubathi abaningi abaqhamuka KwaZulu Natal nangaphandle kwesifundazwe ukuthi bebe yingxenye yalomjaho, lomqhudelwano uthulwe ngomsombuluko eThekwini.

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-Twitter)

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *