
[WATCH] Joyina uMakabongwe Mathaba ku-“The Weekend Joy” njengoba ethula isigaba sakhe, “Sigqugquzela Intsha”! Kulesi siqephu sesbili, uMakabongwe uhlezi noMbusi Hlengwa kanye no Mfundo Ngobese okhuthazayo intsha ukuba ingacabangi ukuthi khona ozobasiza behleli bengenzi lutho. Yabelana ngemicabango yakho nolwazi lwakho kumazwana angezansi!
Sithole ezinkundleni zokuxhumana
Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm
