Udilikajele kowabulala intombi yakhe
INkantolo yeSifunda yaseScottburgh, igwebe indoda eneminyaka engu-30 ubudala udilikajele ngokubulala intombi yayo ngoJuly 2024 eMthwalume. Umufi nommangalelwa babethandana benengane. Ngomhlaka-28…
Izwa Umehluko
INkantolo yeSifunda yaseScottburgh, igwebe indoda eneminyaka engu-30 ubudala udilikajele ngokubulala intombi yayo ngoJuly 2024 eMthwalume. Umufi nommangalelwa babethandana benengane. Ngomhlaka-28…
Kudutshulwe kwabulawa abasolwa ababili esigamekweni sokububulana namaphoyisa aseKZN endaweni yaseMzomusha, eNewtown C, eNanda namuhla ekuseni. Abasolwa batholakale nezibhamu ezimbili. OLUNYE…
Kutholakale isidumbu sesihlanu kulandela izimvula ezinamandla ezaholela kwizikhukhula eMsinga ngesonto eledlule. Amathimba abatshuzi athole isidumbu ngeSonto ebusuku. OLUNYE UDABA: IZITHOMBE:…
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abasolwa abangu-11 757 ngamacala obugebengu ahlukene ngesikhathi kuqhutshwa umsebenzi we-Operation Shanela kuhlangene nemisebenzi yamaphoyisa yansuku zonke ngenyanga…
Izipaza ezinaphezu kwezingu-18,000 kwezingu-81,000 ezibhalisiwe kuzwelonke sezinikezwe amalayisense okusebenza, kodwa izinkulungwane zisalinde imvume komasipala. Ukuhamba kancane kohlelo lokukhishwa kwamalayisense okusebenza…
Inyunyana yothisha KwaZulu-Natal ithi iyaseseka isinqumo soMnyango wezeMfundo wesiFundazwe sokuphenya ngokufakwa kwamakhamera e-CCTV ngaphakathi emakilasini esikoleni saseThekwini. Othisha besikole Umkhumbane…
Kushone ingane eyodwa ngenxa yamanxeba amabi ewathole engozini kulandela ingozi yetekisi ku-Idolofiya Road eMount Moriah phakathi kwasePhoenix naKwaMashu, ngoLwesithathu ntambama.…
I-South African Breast Milk Reserve inxusa omama abanempilo ukuthi banikele ngobisi lwebele, njengoba isidingo salo sikhula ngamandla. Umsunguli kanye noMqondisi…
Kuyaqhubeka ukuthungathwa kwabasolwa abangu-8 abayamaniswa nesigameko sokubanjwa kwemoto yemali inkunzi okwenzeke namuhla ekuseni ku-N2. Kume nse ukuhamba kwezimoto emgaqweni eduzane…