Kutholwe isidumbu sendoda ezimobeni eThekwini

Kutholakale isidumbu sendoda sidindilize phansi ezimobeni eNanda, enyakatho yeTheku.

Iziphathimandla zithi zithole ucingo oluvela kumlimi othi bebevuna ngesikhathi bezithela phezu kwesidumbu emgwaqeni uJabu Ngcobo.

OLUNYE UDABA: Umndeni uchithe owamaLungelo Abantu uthungatha owahamba nezikhukhula

Okhulumela iReaction Unit South Africa u-Prem Balram uthe amanxeba ale ndoda akhomba ukuthi yashaywa yagencwa ngocelemba.

“Isidumbu besinamanxeba amaningi ekhanda nasemzimbeni kanti kutholakale nentambo kyokudonsa endaweni efanayo.

“Abosizo lokuqala bahlonze le ndoda njengeshonile.”

Newswatch

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-Twitt

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *