LIMFILIBA IKUSASA LIKA DOVE KWICHIEFS

Zihlukene phakathi izikhulu ze Kaizer Chiefs nenkontileka ka Edmilson Dove (30) ongumdlali wale Kilabhu okuvela ukuthi Zimanqika ngokuvuselela inkontileka yakhe ngenxa yokulimala njalo, lomdlali ongowokudabuka eMozambique uzophelelwa inkontileka njengoba kuzogoqwa isizini, ujoyine Amakhosi ngo 2022.

.UDove ubengasabonakali emidlalweni yakamuva yaMakhosi ngenxa yokulimala kanti izikhulu zeChiefs kuthiwa Zihlukene phakathi ngemibono ngokuthi zivuselele inkontileka yalomdlali, ezithi zithi akadedelwe.

. Amakhosi azobhekana ne Richard’s bay kulempelasonto eKing Zwelithini Stadium ngesonto ngo 15:30.

Sithole ezinkundleni zokuxhumana

Landela kwi – WhatsApp Channel yethu Izwi Lomzansi 98.0fm

Slandele ku-Facebook no-X (owayekade engu-Twitter)

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *