ISILILO

 

Egameni lomsakazo Izwi loMzansi 98.0 fm sifisa ukudlulisa ubuhlungu nokukhala kwethu ngokukhothama ko Hlanga loMhlabathi, iSilo samabandla u King Goodwil Zwelithini ka Bhekuzulu.

 

Njengo msakazo osakazela abantu be Mbube sithinteke kakhulu ngokuguqa kweSilo esikhulu, sikhalela iNdlunkulu ka Zulu nesizwe sonke sa MaZulu. Sithi hamba ngokuthula Hlanga lwezwe,. Phumula Ngangezwe laKhe.

 

V.Xulu

Station Manager

Egameni loMsakazo: Izwi loMzansi 98.0 fm